Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 46:11 - IsiZulu 2020

11 “Khuphukela kwaGileyadi, ubuthe ibhalisamu, wena ntombi, ndodakazi yaseGibhithe, uyisebenzisela ize imithi eminingi, ngeke waphulukiswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 “Khuphukela kwaGileyadi, uthathe ibhalisamu,* wena ntombi, ndodakazi yaseGibithe; usebenzisela ize imithi eminingi, ukuphuluka akukho kuwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Khuphukela eGileyadi, uthathe ibhalisamu, ntombi emsulwa, ndodakazi yaseGibithe; uzosebenzisa imithi eminingi ngeze; ngoba kawuyikuphiliswa.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 46:11
15 Referans Kwoze  

Alikho yini ibhalisamu kwaGileyadi na? Ayikho yini inyanga lapho na? Pho abelashwa ngani abantu bami na?


Ngokuba izilonda zalo azelapheki, lokhu sekuze kwafika nakwaJuda, kwafinyelela nasesangweni labantu bami, eJerusalema.


“Yehla, uhlale othulini, ntombi eyindodakazi yaseBhabhele. Hlala phansi emhlabathini ngaphandle kwesihlalo sobukhosi, ndodakazi yamaKhaledi! Ngokuba awusayukuphinde ubizwe ngothambileyo nontengantengayo.


Akukho ukwelashwa kokuphuka kwakho; isilonda sakho sinzima; bonke abezwa umbiko ngawe bashaya ihlombe, ngokuba ngubani obungadlulelanga njalo phezu kwakhe ububi bakho na?


“Uyokhuluma leli lizwi kubo, uthi: “ ‘Amehlo ami mawagobhoze izinyembezi imini nobusuku, zinganqamuki, ngokuba intombi, indodakazi yabantu bami, ilimele kakhulu impela; ukulimala kwayo kuyenze yagula kakhulu.


Ngiqinisile ngithi kuwe: kawusoze waphuma khona, uze ukhiphe ifadingi lokugcina.


“ ‘UJuda nezwe lakwa-Israyeli babehweba kuwe; bahweba impahla yakho ngokolo waseMinithi, ngojeqe, ngoju, ngamafutha nangebhalisamu.


IBhabhele seliwe ngokuphazima kweso, libhidliziwe. Likhihleleni isililo, ubuhlungu balo nibutholele ibhalisamu, hleze lingelapheka.


Uyise u-Israyeli wathi kubo: “Uma kunjalo, yenzani lokhu: thathani okwekhethelo okuvela emhlabathini lapha, nikufake emasakeni enu, nifike nikuphe lowo muntu: ingcosana yebhalisamu, uju, amakha, inhlaka, amantongomane, nama-alimondi,


Bahlala phansi, badla; kuthe bephakamisa amehlo, babona ihele labakwa-Ishmayeli liqhamuka kwaGileyadi, amakameli abo ethwele inhlaka, nebhalisamu, nemure, bekwehlisela eGibhithe.


Ngizobuye ngikwakhe kabusha, wakheke wena ntombi engu-Israyeli. Uyophinde uvunule ngenjabulo, uphume ngokusina kwabathokozileyo.


“Zibekele amatshe ayinkombandlela, uzibekele izimpawu zomgwaqo, uqaphelisise umendo wakho, indlela owahamba ngayo; uzophinde ubuye ngayo. Buya ntombi engu-Israyeli, ubuyele kule mizi yakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite