Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 44:24 - IsiZulu 2020

24 UJeremiya wathi kubo bonke abantu, nakubo bonke abesifazane: “Yizwani izwi likaSimakade, nina nonke bakwaJuda eniseGibhithe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 UJeremiya wathi futhi kubantu bonke nakubo bonke abesifazane: “Yizwani izwi likaJehova nina nonke bakwaJuda enisezweni laseGibithe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ngaphezu kwalokho, uJeremiya wathi kubo bonke abantu nakubo bonke abesifazane: “Yizwani izwi likaJehova, nonke Juda osezweni laseGibhithe!

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 44:24
11 Referans Kwoze  

baya eGibhithe, ngokuba kabaligqizanga qakala izwi likaSimakade; baze bafika eThahiphanesi.


Ngakho-ke yizwani izwi likaSimakade nina nonke baJuda enihlala eGibhithe: ‘Bheka, ngifunga igama lami elikhulu,’ kusho uSimakade, ‘ukuthi igama lami alisayukubizwa muntu wakwaJuda ezweni lonke eGibhithe, athi: “Ngifunga ngiyagomela phambi kukaSimakade.”


Ngakho-ke manje, yizwa izwi likaSimakade wena nsali yakwaJuda. Usho kanje uSimakade Wamabandla, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Uma niphikelela ukuya eGibhithe, ukuze nigogobale khona,


Onezindlebe makezwe.


Ngakho-ke lalela izwi likaSimakade. Wena uthi: “ ‘Ungaphrofethi ngokumelene no-Israyeli, ungalokothi uphrofethe okubi ngendlu ka-Isaka.’


Uyakukhuluma amazwi ami kubo, noma ngabe bayalalela noma bawashaya indiva, ngokuba bangabahlubuki.


Nina bantu abedelelayo, ababusa abantu baseJerusalema, yizwani izwi likaSimakade,


Lalelani izwi likaSimakade, nina babusi baseSodoma. Nibeke indlebe esifundisweni sikaNkulunkulu wethu, nina bantu baseGomora.


UMikhaya wathi: “Ngakho-ke yizwa izwi likaSimakade: ngambona uSimakade ehleli esihlalweni sakhe sobukhosi; nebandla lonke lasezulwini limi ngakuye, kwesokunene nangakwesokhohlo sakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite