Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 44:15 - IsiZulu 2020

15 Wonke amadoda ayazi ukuthi omkawo bashisela impepho abanye onkulunkulu, kanye nabesifazane bonke ababemi lapho, ibandla elikhulu, bonke abantu ababehlala eGibhithe, ePhathirosi; bamphendula uJeremiya, bathi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ayesephendula uJeremiya onke amadoda ayekwazi ukuthi omkawo bashisela abanye onkulunkulu impepho nabo bonke abesifazane ababemi khona, ibandla elikhulu, bonke abantu ababehlala ezweni laseGibithe ePhatirosi; bathi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Khona-ke wonke amadoda ayekwazi ukuthi omkawo babeshisele impepho kwabanye onkulunkulu, nabo bonke abesifazane ababemi lapho, isixuku esikhulu, bonke abantu ababehlala ezweni laseGibhithe ePhatirosi, bamphendula uJeremiya bathi:

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 44:15
14 Referans Kwoze  

Impela omubi akayukuyekwa angajeziswa, kodwa isizukulwane sabalungileyo siyakuhlengwa.


“Ngenani ngesango elincane, ngokuba libanzi isango, inkulu nendlela eholela ekubhujisweni; baningi abangena khona.


USolomoni, inkosi yakwa-Israyeli, akonanga yini ngenxa yabesifazane na? Phakathi kwezizwe eziningi, ayikho inkosi eyayifana naye. Nanxa uNkulunkulu ayemthanda waze wambeka inkosi ka-Israyeli, wadukiswa ngamakhosikazi akhe abezizwe.


Kwathi lapho zingakalali, kwafika bonke abesilisa baseSodoma, abancane nabadala, bazungeza indlu kaLothi.


Nisazoshaywa kuphi futhi, lokhu nisaqhubeka nokuhlubuka na? Lonke ikhanda liyagula, nenhliziyo yonke ibuthakathaka.


ngazimemezela kini kwasemandulo zingakenzeki, ngazizwakalisa, ningaze nithi: ‘Yisithombe sami esizenzile, isithombe sami esibaziweyo, nesithombe sami esibunjiweyo, esiyalezile.’


“Abesifazane bathi kuJeremiya: lapho sishisela indlovukazi yezulu impepho, siyethulela iminikelo yokuphuzwayo, siyenzela amaqebelengwane anomfanekiso wayo, ucabanga ukuthi lokho esiyethulela khona, sasikwenza amadoda ethu engavumanga na?”


UJeremiya wathi kubo bonke abantu, nakubo bonke abesifazane: “Yizwani izwi likaSimakade, nina nonke bakwaJuda eniseGibhithe.


ngibabuyise ekuthunjweni, ngibabuyisele ePhathirosi, izwe abadabuka kulo, babe ngumbuso othobekileyo lapho.


IPhathirosi ngiyakulenza libe lihlane, ngiphembe umlilo eZowani, ngilijezise iNo.


onkulunkulu babantu abanizungezile, abaseduze nabakude nani, kusukela kolunye uhlangothi lomhlaba kuze kufike kolunye,


Izwi elafika kuJeremiya mayelana nabaJuda bonke ababehlala eGibhithe, eMigidoli, eThahiphanesi, eNofi, nasePhathirosi, lathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite