Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 43:11 - IsiZulu 2020

11 Uyakufika, alihlasele iGibhithe, kufe abafayo, kuthunjwe abathunjwayo, inkemba idle emdlayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Uyakufika, ashaye izwe laseGibithe, abokufa babe ngabokufa, abokuthunjwa babe ngabokuthunjwa, abenkemba babe ngabenkemba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Futhi lapho efika, uyonqoba izwe laseGibhithe futhi asindise labo abafileyo ekufeni; nalabo abafanele ukuthunjwa baye ekuthunjweni; labafanele inkemba baya enkembeni.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 43:11
15 Referans Kwoze  

“Ngiyobajezisa bonke abahlala eGibhithe njengoba ngajezisa iJerusalema ngenkemba, ngendlala nangobhubhane.


Kuyakuthi lapho bethi kuwe: ‘Sizoya kuphi na?’ Uyobatshela uthi: ‘Usho kanje uSimakade, uthi: “ ‘Abanqunyelwe ukufa, bayokufa; abanqunyelwe inkemba, inkemba; nabendlala, indlala; nabokuthunjwa, ukuthunjwa.’


Ngase ngithi: “Angisayukuzelusa; efayo mayife, ebhujiswayo mayibhubhe, esindayo maziyishwabadele, zinephulane zodwa.”


UFaro inkosi yaseGibhithe, nezinceku zakhe, nezikhulu zakhe, nabo bonke abantu bakhe,


Ingxenye yokuthathu yenu, iyakufa ngobhubhane nangendlala, bayoshabalala phakathi kwakho. Ingxenye yokuthathu elandelayo, iyakuwa ngenkemba nxazonke zakho, kuthi ingxenye yokuthathu yokugcina ihlakazelwe kuyo yonke imimoya, Mina ngizohosha inkemba, ngizixoshe.


Lesi yisabelo somuntu okhohlakele, esivela kuNkulunkulu, nefa alimiselwe nguNkulunkulu.”


Uma uthathwa uyiswa ekuthunjweni, uyakuya ekuthunjweni; uma kukhona obulawa ngenkemba, uyakufa ngenkemba. Lokhu kungukubekezela nokukholwa kwabangcwele.


Ngokuba washo kanje uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli kimi, wathi: “Thatha le ndebe yewayini lentukuthelo esandleni sami, uphuzise kuyo zonke izizwe engikuthuma kuzo.


Ngakho-ke yazini ngokweqiniso ukuthi niyakufa ngenkemba, ngendlala nangobhubhane, niyofela kuleyo ndawo enifisa ukuya kuyo ukuba niyogogobala khona.”


Akukho nyawo lwamuntu nanselo yasilwane okuyakudabula kulo, futhi aliyukuhlalwa muntu iminyaka engama-40.


Ngiyakuyishabalalisa insali yakwaJuda, eqoke ukuya eGibhithe ukuyogogobala khona, bonke bayofela eGibhithe, babulawe yinkemba nendlala; kanjalo abancane nabadala, bayobulawa yinkemba nendlala, babe yisithuko, into esabekayo, isiqalekiso nehlazo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite