Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 4:25 - IsiZulu 2020

25 Ngabuka; uyabona-ke, kwakungekho muntu; zonke izinyoni zezulu zazibalekile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Ngabuka; bheka, kwakungekho muntu; izinyoni zonke zezulu zazibalekile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Ngabheka, bheka, kwakungekho muntu, nezinyoni zonke zezulu zabaleka.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 4:25
6 Referans Kwoze  

Kuyoze kube nini izwe ligagadekile, nemifino yonke yasendle ibuna na? Ngobubi babakhileyo kulo; izilwane nezinyoni kuyashabalala, ngokuba bathi: “Akayukusibona isiphetho sethu.”


Ngalokho-ke izwe liyalila, bonke abahlala kulo bayonda, nezilwane zasendle, izinyoni zezulu, nezinhlanzi zasolwandle kuyashabalala.”


Ngiyakukhala, ngilile ezintabeni, nasemadlelweni asehlane, ngikhihle isililo; ngokuba aqothuliwe, akukho muntu owedlula kuwo, akuzwakali nakukhala kwemfuyo; izinyoni zezulu nezilwane zibalekile, zahamba.


Kuyakuthuthumela ebukhoneni bami izinhlanzi zolwandle, izinyoni zezulu, izilwane zasendle, zonke izilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni, bonke abantu abasebusweni bomhlaba, izintaba zidilikele phansi, kuwe amawa nazo zonke izingange.


Angizukubajezisa yini ngalokho na?” kusho uSimakade. “Umphefumulo wami awuyukuziphindiselela yini esizweni esinjengalesi na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite