Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 39:15 - IsiZulu 2020

15 Izwi likaSimakade lafika kuJeremiya ngesikhathi esavalelwe egcekeni lejele, lathi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Lase lifika izwi likaJehova kuJeremiya esavalelwe egcekeni letilongo, lithi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Izwi likaJehova lafika kuJeremiya evalelwe egcekeni letilongo, lathi:

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 39:15
8 Referans Kwoze  

engihlupheka ngenxa yalo kuze kube sekuboshweni njengeselelesi, kodwa izwi likaNkulunkulu aliboshiwe.


ukuba uJeremiya akhishwe egcekeni labalindi. Bamedlulisela kuGedaliya, indodana ka-Ahikamu kaShafani, ukuba amyise ekhaya; wayesehlala phakathi kwabantu.


UZedekiya, inkosi, wayeseyala ukuba uJeremiya bambeke egcekeni labalindi, bamnika nsuku zonke iqebelengwane lesinkwa elivela emgwaqweni wababhakizinkwa, kwaze kwaphela sonke isinkwa emzini. UJeremiya wahlala-ke egcekeni labalindi.


Base bemdonsa ngezintambo, bamkhipha emgodini; uJeremiya wahlala egcekeni labalindi.


UJeremiya wasala egcekeni labalindi kwaze kwaba wusuku elanqotshwa ngalo iJerusalema.


Izikhulu zamthukuthelela uJeremiya, zamshaya, zamfaka ejele, endlini kaJonathani, umbhali, eyayenziwe ijele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite