Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 36:5 - IsiZulu 2020

5 UJeremiya wamyala uBharukhi, wathi: “Mina ngivalelwe, angikwazi ukuya endlini kaSimakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 UJeremiya wamyala uBaruki ngokuthi: “Ngivalelwe, anginakungena endlini kaJehova.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 UJeremiya wamyala uBaruki, wathi: “Ngivalelwe; Angikwazi ukungena endlini kaJehova;

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 36:5
15 Referans Kwoze  

Izwi likaSimakade labuye lafika ngokwesibili kuJeremiya esavalelwe ejele elisegcekeni labalindi, lathi:


Ngaleso sikhathi impi yenkosi yaseBhabhele yalivimbezela iJerusalema. UJeremiya, umphrofethi, wayevalelwe egcekeni labalindi elalisesigodlweni senkosi yakwaJuda.


Bayizikhonzi zikaKhristu na? Ngikhulumisa okohlanya, ngokuba mina ngiyisikhonzi ukwedlula bona. Ngasebenza ngokuzikhandla okukhulu kunabo, ngaboshwa izikhawu eziningi kunabo, ngashaywa kaningi impela, ngaba phakathi kokufa kaningi.


abanye balingwa, bajivazwa, bashaywa; yebo, baboshwa, bafakwa ejele.


engihlupheka ngenxa yalo kuze kube sekuboshweni njengeselelesi, kodwa izwi likaNkulunkulu aliboshiwe.


engiyinxusa lalo eliboshwe ngamaketanga, ukuze ngikhulume ngesibindi ngalo, njengokuba kufanele ukuba ngikhulume.


Ngenxa yalokho, mina Pawula ngiyisiboshwa sikaKhristu uJesu ngenxa yenu, nina bezizwe.


Bheka, manje ngiyakukhulula namuhla emaketangeni asezandleni zakho. Uma kukuhle kuwe ukuba uye nami eBhabhele, woza, ngiyakukunakekela, kodwa uma ungafuni ukuya nami eBhabhele, hlala. Uyabona, lonke izwe liphambi kwakho; yana lapho ufisa ukuya khona.”


UJeremiya wasala egcekeni labalindi kwaze kwaba wusuku elanqotshwa ngalo iJerusalema.


Bambamba uJeremiya, bamphonsa emgodini kaMalikhiya, indodana yenkosi, owawusegcekeni labalindi. Bamehlisela emgodini ngezintambo uJeremiya, kwakungekho manzi, kodwa udaka kuphela. UJeremiya wabisha odakeni.


Izikhulu zamthukuthelela uJeremiya, zamshaya, zamfaka ejele, endlini kaJonathani, umbhali, eyayenziwe ijele.


UPhashuri wamshaya uJeremiya, umphrofethi, wamfaka ejele elalingasesangweni elingenhla kwakwaBhenjamini, ngasendlini kaSimakade.


Ngelinye ilanga ngavakashela uShemaya, indodana kaDelaya owayezalwa nguMehethabheli. UShemaya wayengaphumi emzini wakhe. Waphrofetha wathi: “Masihlangane endlini kaNkulunkulu, ngaphakathi ethempelini, sihluthulele iminyango yalo, ngokuba bayeza ukuzokukubulala. Impela bazofika ngalobu busuku ukuzokukubulala.”


Ubaxoshele kude ebengikade ngazana nabo, ungenze ngaba yisinengiso kubo; ngivalelwe, angikwazi ukuphuma.


ngakunika uBharukhi, indodana kaNeriya kaMahaseya, incwadi yokuthengiselana, phambi kukaHanameli indodana yomfowabo kababa, naphambi kofakazi ababelobe encwadini yokuthengiselana naphambi kwabo bonke abaJuda ababehlala egcekeni labalindi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite