Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 36:13 - IsiZulu 2020

13 UMikhaya wazibikela wonke amazwi ayewezwile, ngesikhathi uBharukhi efundela abantu incwadi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 UMikhaya wazitshela onke amazwi ayewezwile, lapho uBaruki eyifunda incwadi ezindlebeni zabantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 UMika wabatshela wonke amazwi ayewezwile lapho uBharuki efunda incwadi phambi kwabantu.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 36:13
6 Referans Kwoze  

UShafani, umbhali, wabika enkosini, ukuthi: “UHilikiya, umphristi, unginike incwadi.” UShafani wayeseyifunda phambi kwenkosi.


Izwi lafinyelela ngisho nasenkosini yaseNineve, yase isuka esihlalweni sayo, yakhumula ingubo yayo yobukhosi, yembatha indwangu yesaka, yahlala emlotheni.


‘Usho kanje uSimakade, uthi: bhekani, ngizokwehlisela okubi phezu kwale ndawo naphezu kwezakhamuzi, zonke iziqalekiso ezilotshwe encwadini efundwe phambi kwenkosi yakwaJuda,


ngenxa yokuba inhliziyo yakho ithambile, wazithoba phambi kukaSimakade, ngesikhathi uwezwa, lokho engakukhuluma kule ndawo nakwabakhileyo kuyo, ukuthi kuyakuba yincithakalo nesiqalekiso, wawusuklebhula izingubo zakho, wakhala phambi kwami, nami ngikuzwile, kusho uSimakade.


UMikhaya, indodana kaGemariya kaShafani wezwa wonke amazwi kaSimakade ayekule ncwadi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite