Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 33:25 - IsiZulu 2020

25 Usho kanje uSimakade, uthi: ‘Uma bengingenzanga isivumelwano sami nemini nobusuku, nezimiso nezulu nomhlaba,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Usho kanje uJehova, uthi: ‘Uma isivumelwano sami semini nesobusuku singemi, ngingamisanga izimiso zezulu nomhlaba,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Usho kanje uJehova, uthi: “Uma isivumelwano sami singeyemini nobusuku, noma ngingakamisanga izimiso zezulu nomhlaba;

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 33:25
9 Referans Kwoze  

“Usho kanje uSimakade, uthi: ‘Uma ningasephula isivumelwano sami nemini, nesivumelwano sami nobusuku, kungabe kusaba bikho mini nabusuku ngesikhathi sakho,


Wenza inyanga ukuba ibe ngeyokwehlukanisa izinkathi, ilanga liyazi ukuthi lishona nini.


“Inqobo nje uma umhlaba usekhona, kuyotshalwa kuvunwe, kube makhaza kushise, kube yihlobo nobusika, imini nobusuku, lokhu akuyukunqamuka.”


UNkulunkulu wabeka izikhanyisi esibhakabhakeni ukuba zikhanyisele umhlaba,


Ngokwezehlulelo zakho kusekhona nanamuhla, ngokuba konke kuyizinceku zakho.


Wakumisa kwaze kwaba phakade naphakade, wakushayela umthetho okungenakuweqa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite