Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 32:42 - IsiZulu 2020

42 “Ngokuba usho kanje uSimakade, uthi: njengalokhu ngehlisela laba bantu yonke le nhlekelele, kanjalo ngiyakubehlisela konke okuhle engibethembise khona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 “Ngokuba usho kanje uJehova, uthi: Njengalokhu ngehlisele phezu kwalaba bantu konke lokhu okubi, kanjalo ngiyakubehlisela konke okuhle engikukhulume kubo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

42 Ngoba itsho njalo iNkosi: Njengoba ngehlisele phezu kwalababantu bonke lobububi obukhulu, ngokunjalo ngizakwehlisela phezu kwabo konke okuhle engikukhulume kibo.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 32:42
8 Referans Kwoze  

“Kuyakuthi njengalokhu ngangibaqaphile ukuze ngibasiphule, ngibadilize, ngibabhidlize, ngibabhubhise, ngibalimaze, kanjalo-ke ngiyakubalinda ukuba ngibakhe, ngibatshale,” kusho uSimakade.


Izulu nomhlaba kuyakudlula, kodwa amazwi ami awasoze adlula.


Umuzi uyakuba kimi yigama lokujabula, nodumo, nendumiso kuzo zonke izizwe zomhlaba eziyakuzwa ngakho konke okuhle engibenzela khona. Ziyokwesaba, zithuthumele ngenxa yakho konke okuhle nangakho konke ukuthula engiwenzela khona.’


“ ‘Bheka, ziyeza izinsuku, kusho uSimakade, lapho ngiyakufeza izwi elihle engilisho kuyo indlu ka-Israyeli nendlu kaJuda.


Ngabe okuhle nokubi akwenzeki yini ngokuyala koPhezukonke na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite