UJeremiya 32:21 - IsiZulu 202021 Wabakhipha abantu bakho u-Israyeli, eGibhithe, ngezibonakaliso nangezimangaliso, ngesandla esinamandla, ngezikhwepha, nangokwesabeka okukhulu. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 wabakhipha abantu bakho u-Israyeli ezweni laseGibithe ngezibonakaliso nangezimangaliso, nangesandla esinamandla, nangengalo eyeluliweyo, nangengebhe enkulu, Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202421 Wakhipha abantu bakho u-Israyeli ezweni laseGibithe ngezibonakaliso, nangezimangaliso, nangesandla esinamandla, nangengalo eyeluliweyo, nangokwesaba okukhulu; Gade chapit la |
Yisiphi isizwe esisodwa nje emhlabeni esinjengabantu bakho, u-Israyeli, uNkulunkulu ayakuzihlengela sona ukuba sibe ngabantu bakhe, azenzele igama, anenzele nina izinto ezinkulu, alenzele izwe lakini izinto ezesabekayo phambi kwabantu bakho, owazihlengela bona eGibhithe ezizweni nakonkulunkulu bazo na?