UJeremiya 32:20 - IsiZulu 202020 Wena wenza izibonakaliso nezimangaliso eGibhithe, kuze kube namuhla, nakwa-Israyeli nakwabanye abantu, wazenzela iGama kuze kube namuhla. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE20 owamisa izibonakaliso nezimangaliso ezweni laseGibithe kuze kube namuhla nakwa-Israyeli naphakathi kwabanye abantu, wazenzela igama njenganamuhla, Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202420 Owenza izibonakaliso nezimangaliso ezweni laseGibithe kuze kube namuhla, naku-Israyeli naphakathi kwabanye abantu; futhi wakwenza igama njengoba kunjalo namuhla; Gade chapit la |
Yisiphi isizwe esisodwa nje emhlabeni esinjengabantu bakho, u-Israyeli, uNkulunkulu ayakuzihlengela sona ukuba sibe ngabantu bakhe, azenzele igama, anenzele nina izinto ezinkulu, alenzele izwe lakini izinto ezesabekayo phambi kwabantu bakho, owazihlengela bona eGibhithe ezizweni nakonkulunkulu bazo na?