Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 32:14 - IsiZulu 2020

14 ‘Usho kanje uSimakade Wamabandla, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: thatha lezi zincwadi, le ncwadi yokuthengiselana esicilelweyo nale evulekileyo, uzifake ezitsheni zebumba, ukuze zigcineke izinsuku eziningi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 ‘Usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Thatha lezi zincwadi, le ncwadi yokuthenga enamathelisiweyo nale ncwadi evulekileyo, uzifake ezitsheni zebumba ukuba zihlale izinsuku eziningi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Thatha lezi zincwadi, incwadi yokuthenga, leyo enamathelisiwe, nale ncwadi evuliwe; wakufaka embizeni yebumba, ukuze ahlale izinsuku eziningi.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 32:14
3 Referans Kwoze  

“Ngamyala uBharukhi phambi kwabo, ngathi:


Ngokuba uSimakade Wamabandla, uNkulunkulu ka-Israyeli, usho kanje, uthi: kuleli lizwe kuyakubuye kuthengwe izindlu, amasimu nezivini.’


Usho kanje uSimakade, uthi: “Hamba uthenge uphiso lobumba lombumbi, uthathe amanye amalunga abantu namanye amalunga abaphristi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite