UJeremiya 3:23 - IsiZulu 202023 Impela amagquma ayize nomsindo wezintaba. Ngokwempela, ukusindiswa kuka-Israyeli kukuSimakade uNkulunkulu wethu. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE23 Impela amagquma ayize kanye nomsindo wasezintabeni. Ngokwempela ukusindiswa kuka-Israyeli kukuJehova uNkulunkulu wethu. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202423 Ngempela, insindiso ithenjwa ize evela emagqumeni nasebuningini bezintaba; ngempela, ikuJehova uNkulunkulu wethu ukusindiswa kuka-Israyeli. Gade chapit la |
ngesikhathi sengibangenise ezweni engangifungile ukuthi ngiyobanika lona. Kwathi lapho bebona amagquma aphakemeyo nazo zonke izihlahla ezinamacembe, base benikela lapho ngemihlatshelo yabo, bangichukuluza ngeminikelo yabo, benza lapho kwaba nephunga elimnandi, bathululela lapho iminikelo yokuphuzwayo.