UJeremiya 29:2 - IsiZulu 20202 Lokhu kwenzeka emveni kokuba inkosi uJekhoniya, indlovukazi emzalayo, izikhulu zasesigodlweni, izikhulu zakwaJuda nezaseJerusalema, izingcweti nabakhandi, sebesukile eJerusalema, Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE2 sebesukile uJekoniya inkosi, nendlovukazi, nabathenwa, nezikhulu zakwaJuda nezaseJerusalema, nezinyanga zomsebenzi, nabakhandi eJerusalema, Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20242 (Ngemva kwalokho inkosi uJekoniya, nendlovukazi, nabathenwa, nezikhulu zakwaJuda nezaseJerusalema, nababazi nabakhandi baphuma eJerusalema;) Gade chapit la |
USimakade wangikhombisa; bheka, amaqoma amabili ayenamakhiwane ebekwe phambi kwethempeli likaSimakade, emveni kokuba uNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ayesethumbe oJekhoniya indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, nezikhulu zakwaJuda, nezingcweti nabacangcathi bensimbi, ebathumbe eJerusalema, wabayisa eBhabhele.