Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 29:1 - IsiZulu 2020

1 Nanka amazwi encwadi uJeremiya, umphrofethi, ayithumela eseJerusalema ensalini yamalunga, abaphristi, abaphrofethi nakubo bonke abantu uNebukhadinezari ayebathumbile eJerusalema, wabayisa eBhabhele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Nanka amazwi encwadi uJeremiya, umprofethi, ayithumayo eseJerusalema kuyo insali yamalunga athunjiweyo, nakubapristi, nakubaprofethi, nakubo bonke abantu ayebathumbile uNebukadinesari eJerusalema, wabayisa eBabele,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Lawa angamazwi encwadi umprofethi uJeremiya ayithumela eJerusalema ensalini yamalunga athunjwa, nakubapristi, nakubaprofethi, nakubantu bonke uNebukadinesari abathumba eJerusalema eBhabhiloni;

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 29:1
16 Referans Kwoze  

UMoridekhayi waloba zonke lezo zinto phansi. Wababhalela izincwadi bonke abaJuda ababehlala kuzo zonke izifundazwe zenkosi u-Ahasheveroshi, ezikude neziseduze.


Ngiyanincenga bazalwane, lamukeleni kahle izwi lokuyala, ngokuba nginilobele lona ngamazwi amafuphi.


Baloba ngesandla sabo incwadi ethi: “Abaphostoli, amalunga, nabazalwane, bayababingelela abazalwane babezizwe kulo lonke elase-Antiyokhiya, eSiriya naseKhilikhiya.


Nakuba nganidabukisa ngencwadi yami, angizisoli; nakuba ngangizisola, ngokuba ngiyabona ukuthi leyo ncwadi yanidabukisa noma kwaba yisikhathi nje –


Ngiyakubuyisela futhi kule ndawo uJekhoniya, indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, nabo bonke abathunjwa bakwaJuda abaya eBhabhele, ngokuba ngizolephula ijoka lenkosi yaseBhabhele,’ ” kusho uSimakade.


Ake nibone nje ukuthi nginilobela amagama angakanani ngesami isandla.


Inkosi uJehoyakini wakwaJuda wazinikela enkosini yaseBhabhele, yena, unina, izinceku zakhe, izikhulu zakhe nezikhulu esigodlweni sakhe. Inkosi yaseBhabhele yamthatha ngonyaka wesishiyagalombili wokubusa kwakhe.


Kwathi ekuqaleni konyaka inkosi uNebukhadinezari yathumela ukuba kulethwe inkosi eBhabhele, nezitsha ezinhle zendlu kaSimakade. Yabe isibeka uZedekiya, umfowabo, ukuba abe yinkosi kwaJuda naseJerusalema.


Umphrofethi uHananiya wafa-ke ngawo lowo nyaka, ngenyanga yesikhombisa.


Ngokuba usho kanje uSimakade Wamabandla, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Maningakhohliswa ngabaphrofethi benu abaphakathi kwenu, nababhuli benu, ningawalaleli amaphupho enu eniwaphuphayo.


Kepha manje yizwani izwi likaSimakade, nina nonke bathunjwa, enganithumela eBhabhele nisuka eJerusalema.


UJeremiya wathi kuSeraya: “Kuyakuthi nje lapho ufika eBhabhele, uqikelele ukuba uwafunde wonke lawa mazwi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite