Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 28:5 - IsiZulu 2020

5 Kepha umphrofethi uJeremiya wathi kumphrofethi uHananiya, phambi kwabaphristi nabantu bonke ababemi endlini kaSimakade,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Kepha umprofethi uJeremiya wathi kumprofethi uHananiya phambi kwabapristi, nabantu bonke ababemi endaweni kaJehova,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Umprofethi uJeremiya wayesethi kuHananiya umprofethi phambi kwabapristi naphambi kwabo bonke abantu ababemi endlini kaJehova:

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 28:5
5 Referans Kwoze  

Kwathi ngonyaka uZedekiya, inkosi yakwaJuda, aqala ngawo ukubusa; uHananiya, indodana ka-Azuri, umphrofethi waseGibheyoni, wakhuluma kimi endlini kaSimakade, phambi kwabaphristi nabantu bonke; ngonyaka wesine, ngenyanga yesihlanu, wathi:


“Usho kanje uSimakade, uthi: yima egcekeni lendlu kaSimakade, ukhulume kuyo yonke imizi yakwaJuda eza izokhuleka endlini kaSimakade, wonke amazwi engikuyale ukuba uwakhulume kubo, ungagodli nalinye izwi.


UJeremiya wayesebuya eThofethi lapho uSimakade ayemthume khona ukuba ayophrofetha; wema egcekeni lendlu kaSimakade, wathi kubantu bonke:


“Yima esangweni lendlu kaSimakade, umemezele lapho leli lizwi, uthi: “ ‘Yizwani izwi likaSimakade, nina nonke bakwaJuda eningena ngalawa masango nizokhuleka kuSimakade.


Amadodana kaPhedaya: kwakunguZerubhabhele noShimeyi. Amadodana kaZerubhabhele: kwakunguMeshulamu noHananiya nodadewabo uShelomithi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite