UJeremiya 28:4 - IsiZulu 20204 Ngiyakubuyisela futhi kule ndawo uJekhoniya, indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, nabo bonke abathunjwa bakwaJuda abaya eBhabhele, ngokuba ngizolephula ijoka lenkosi yaseBhabhele,’ ” kusho uSimakade. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 ngibuyisele kule ndawo futhi uJekoniya indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, nabo bonke abathunjwa bakwaJuda abaya eBabele,’ usho uJehova, ‘ngokuba ngiyakulaphula ijoka lenkosi yaseBabele.’ ” Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20244 Futhi ngiyobuyisela kule ndawo uJekoniya indodana kaJehoyakimi inkosi yakwaJuda kanye nabo bonke abadingisiwe bakwaJuda abaya eBhabhiloni,” kusho uJehova. Ngokuba ngiyakulaphula ijoka lenkosi yaseBabele. Gade chapit la |
USimakade wangikhombisa; bheka, amaqoma amabili ayenamakhiwane ebekwe phambi kwethempeli likaSimakade, emveni kokuba uNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ayesethumbe oJekhoniya indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, nezikhulu zakwaJuda, nezingcweti nabacangcathi bensimbi, ebathumbe eJerusalema, wabayisa eBhabhele.