Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 26:14 - IsiZulu 2020

14 Kepha mina, bhekani, ngisesandleni senu; ukuba nenze kimi njengalokho enikubona kukuhle futhi kulungile emehlweni enu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Kepha mina, bhekani, ngisesandleni senu; yenzani kimi okuhle nokulungile emehlweni enu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Mina-ke, bhekani, ngisesandleni senu; yenza kimi njengoba kukuhle nokuhle emehlweni akho.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 26:14
7 Referans Kwoze  

Kepha manje sesisezandleni zenu, yenza ngathi lokho obona kufanele ukuba ukwenze kithi.”


UZedekiya, inkosi, wayesethi: “Bhekani, usesandleni senu, ngokuba inkosi ayinamandla okuphikisana nani.”


kodwa uma ethi: ‘Angithokozi ngawe;’ bheka, ngilapha; makenze kimi lokho akubona kufanele.”


UShadirakhi, uMeshakhi, no-Abhedi Nego baphendula, bathi enkosini: “Nebukhadinezari, thina asidingi ukukuphendula kule ndaba.


Kuphela yazini nokwazi ukuthi uma ningibulala, niyakwehlisela igazi elingenacala phezu kwenu, phezu kwalo muzi, naphezu kwabakhileyo kuwo, ngokuba ngokweqiniso nguSimakade ongithume kini ukuba ngisho wonke lawa mazwi ezindlebeni zenu.”


Inkosi uJowashi ayikhumbulanga ukwethembeka ayenakho kuye uJehoyada uyise ngesikhathi ibulala indodana yakhe. Lapho isifa yathi: “USimakade makakubone lokhu, aphindisele.”


Yathi kuHamani: “Isiliva ngelakho nabantu, yenza ngakho njengoba ubona kufanele.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite