Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 23:7 - IsiZulu 2020

7 “Ngalokho bheka, izinsuku ziyeza,” kusho uSimakade, “abangasayukusho ngazo bathi: ‘Ngifunga ngiyagomela phambi kukaSimakade owakhuphula abakwa-Israyeli eGibhithe,’

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “Ngalokho bheka, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “abangasayikusho ngazo ukuthi: ‘Kuphila kukaJehova owabakhuphula abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe,’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngakho-ke, bheka, izinsuku ziyeza, usho uJehova, lapho abangasayikusho ukuthi: Kuphila kukaJehova owakhuphula abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe;

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 23:7
9 Referans Kwoze  

“Mina, ngiyakuyiqoqa insali yezimvu zami emazweni wonke, lapho ngangiyixoshele khona, ngiyibuyisele emadlelweni ayo; iyakuchuma, yande.


Ngokuba bheka, izinsuku ziyeza,’ kusho uSimakade, ‘lapho ngiyakuqeda ukuthunjwa kwabantu bami, u-Israyeli noJuda, bese ngibabuyisela ezweni engalinika okhokho babo ukuba balidle,’ ” kusho uSimakade.


Kuyothi ngalolo lusuku, iNkosi ibuye yelule isandla sayo okwesibili ukubutha insali yabantu bayo e-Asiriya, eGibhithe, ePhathirosi, eKhushe, e-Elamu, eShineyari, eHamathi, naseziqhingini ezisolwandle.


Ungesabi, ngokuba nginawe, ngiyakuletha abozalo lwakho bevela empumalanga, ngikuqoqe nasentshonalanga.


Phela nina nithathe isiliva negolide lami, nangenisa amagugu ami emathempelini enu,


“Njengasemihleni yokuphuma kwakho eGibhithe ngiyakubabonisa izimangaliso.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite