UJeremiya 20:7 - IsiZulu 20207 Simakade, wangiyenga, ngayengeka; ube namandla kunami, wangehlula. Ngibe yinhlekisa usuku lonke, ngaklolodelwa yibo bonke. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Wangiyenga, Jehova, ngayengeka; wawunamandla kunami, wangahlula. Ngibe yinhlekiso usuku lonke, bonke bangiklolodela. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20247 Jehova, ungikhohlisile, ngavuma ukudukiswa; Unamandla kunami, unqobile; Ngihlekisa nsuku zonke, wonke umuntu uyangihlekisa. Gade chapit la |
Wase ekhuleka kuSimakade, wathi: “Simakade, angikushongo yini lokhu kwasekuqaleni ngesikhathi ngisesezweni lakithi na? Yingakho ngashesha ngabalekela eTharishishi, ngoba ngangazi kahle ukuthi Wena unguNkulunkulu onomusa, owephuza ukuthukuthela, unobubele obukhulu, uyayithambisa inhliziyo yakho ungabe usakwenza okubi obukuhlosile.