5 Izwi likaSimakade lafika kimi, lithi:
5 Lase lifika izwi likaJehova kimi, lithi:
5 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:
Kepha isitsha ayesenza ngebumba sonakala esandleni sombumbi. Wabuye wenza esinye isitsha kabusha njengalokhu ayefisa ukuba asenze.
“Ngingenzi yini kini ndlu ka-Israyeli njengoba umbumbi enza na?” kusho uSimakade. “Bhekani, njengebumba esandleni sombumbi, ninjalo esandleni sami, nina ndlu ka-Israyeli.