UJeremiya 17:2 - IsiZulu 20202 Abantwana babo basawakhumbula ama-althare abo nawo-Ashera babo ngasemithini eluhlaza, emagqumeni aphakemeyo. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE2 abantwana babo besakhumbula ama-altare abo nawo-Ashera* babo ngasemithini eluhlaza emagqumeni aphakemeyo. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20242 Lapho abantwana babo bekhumbula ama-altare abo nezixuku zabo ngasemithini eluhlaza emagqumeni aphakeme. Gade chapit la |
ngesikhathi sengibangenise ezweni engangifungile ukuthi ngiyobanika lona. Kwathi lapho bebona amagquma aphakemeyo nazo zonke izihlahla ezinamacembe, base benikela lapho ngemihlatshelo yabo, bangichukuluza ngeminikelo yabo, benza lapho kwaba nephunga elimnandi, bathululela lapho iminikelo yokuphuzwayo.