UJeremiya 11:18 - IsiZulu 202018 USimakade wangazisa, ngase ngazi; wangibonisa izenzo zabo. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE18 UJehova wangazisa, ngakwazi; khona wangibonisa izenzo zabo. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202418 UJehova wangenza ngazisa, ngakwazi; Gade chapit la |
Yayisithumela isithunywa phambi kwayo; u-Elisha wayehleli endlini yakhe, namalunga ehleli naye; kepha singakafiki kuye isithunywa, wathi emalungeni: “Niyabona yini ukuthi le ndodana yombulali ithumele ukuze kunqunywe ikhanda lami na? Bhekani, kuyokuthi lapho sifika isithunywa nivale umnyango nisicindezele ngawo. Kanti izigi zenkosi yaso azikho yini emva kwaso na?”