Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 8:8 - IsiZulu 2020

8 Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, ake ugqebhule ugange.” Kwathi ukuba ngilugqebhule ugange, mameshane, kwakukhona umnyango.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, gebhula ogangeni.” Nanxa sengigebhulile ogangeni, bheka, nanko umnyango.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wayesethi kimi: “Ndodana yomuntu, ake ugebhe odongeni, futhi lapho ngigebha odongeni, bheka, kukhona umnyango.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 8:8
7 Referans Kwoze  

Manje kwabafihlela uSimakade amasu abo, abazenzo zabo zisebumnyameni, abathi: “Ngubani osibonayo? Ngubani osaziyo na?”


Abukho ubumnyama, nesigayegaye asikho, lapho abenza inkohlakalo bengacasha khona.


Emiphethweni yezingubo zakho kufunyenwe igazi labampofu abangenacala, nanxa ungazange ubabhadame begqekeza. Phezu kwakho konke lokho,


“Ukhona yini ongacasha ezindaweni ezisithekileyo ukuze ngingamboni na?” kusho uSimakade. “Angiligcwalisi yini izulu nomhlaba na?” kusho uSimakade.


Wayesengiyisa esangweni legceke; ngabona kunembobo ogangeni.


Wayesethi kimi: “Ngena, ubone izinengiso ezimbi abazenzayo lapha.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite