Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 5:3 - IsiZulu 2020

3 Uyakuthatha lapho ingcosana kulezo zinwele uzibophele emiphethweni yengubo yakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Uyakuthatha khona eziyingcosana, uzibophele emiphethweni yengubo yakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kumelwe futhi nithathe ezinye zazo nizibophe emigqonyeni yenu.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 5:3
9 Referans Kwoze  

Kepha uNebuzaradani, induna yabalindi, wabashiya abantu abathile bezwe, ababempofu, ukuba basebenze ezivinini nasemasimini.


UJeremiya wayesehamba, waya kuGedaliya, indodana ka-Ahikamu, owayeseMizpha, wahlala naye nabantu ababesele ezweni.


UNebuzaradani, induna yabalindi, wabashiya abantu abampofu ababengenalutho ezweni lakwaJuda, wabanika izivini namasimu ngalolo lusuku.


“Uma kunzima ukusindiswa kolungileyo, uyakubonakalaphi ongamesabi uNkulunkulu noyisoni na?”


Kepha isango lincane nendlela ingumngcingo eholela ekuphileni; bayingcosana abayifumanayo.


Kepha ababempofu balelo lizwe, induna yabalindi yabashiya ukuba banakekele izivini namasimu.


Ingxenye yokuthathu uyakuyishisa ngomlilo phakathi komuzi, lapho seziphelile izinsuku zokuvinjezelwa; uyothatha ingxenye yokuthathu elandelayo, uyigalele ngenkemba nxazonke; kuthi ingxenye yokuthathu yokugcina, uyihlakaze emoyeni. Mina ngizohosha inkemba emva kwabo.


Uyakuthatha futhi ezinye zazo uziphonse emlilweni, uzishise emlilweni. Kuyakuqubuka umlilo lapho, umelane nayo yonke indlu yakwa-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite