Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 5:1 - IsiZulu 2020

1 “Wena ndodana yomuntu, zithathele inkemba ebukhali, uyisebenzise njengensingo yomgundi, ugunde izinwele zakho netshebe yakho, bese uzithathela isikali sokukala, wehlukanise izinwele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 “Wena ndodana yomuntu, zithathele inkemba ebukhali, uzithathele yona njengempuco yomgundi, uyihambise ekhanda lakho nasesilevini sakho, uzithathele isilinganiso sokulinganisa, wahlukanise izinwele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 “Wena-ke, ndodana yomuntu, zithathele inkemba ebukhali, uzithathele impuco eyinsingo, uyidalule ekhanda lakho nasesilevini sakho; bese uzithathela isikali sokukala, uhlukanise izinwele.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 5:1
6 Referans Kwoze  

“ ‘Abayukuphuca emakhanda abo, bangabi nazihluthu, kepha bagunde emakhanda abo.


Ngalolo lusuku iNkosi iyakuphuca ngensingo eyiqashe ezifundeni ezingaphesheya komfula (okusho ukuthi inkosi yase-Asiriya), ikhanda neziboya emlenzeni, futhi iyihluthule isilevu.


“ ‘Abayukuphuca amakhanda abo emaceleni, noma baphuce izilevu emaceleni, abayukugcaba imizimba yabo.


TEKEL: ulinganisiwe esilinganisweni, ufunyenwe ulula.


Usho kanje uSimakade, uthi: “Hamba uthenge uphiso lobumba lombumbi, uthathe amanye amalunga abantu namanye amalunga abaphristi,


“Wena ndodana yomuntu, zithathele isitini, usibeke phambi kwakho, uqophe kuso umuzi iJerusalema.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite