Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 4:9 - IsiZulu 2020

9 “Zithathele futhi ukolo, ibhali, ubhontshisi, imbumba, unyaluthi nesiphelithe, ukufake esitsheni esisodwa, bese uzenzela ngakho isinkwa. Uyakusidla ngokwenani lezinsuku oyozilala ngohlangothi, izinsuku ezingama-390.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “Futhi zithathele ukolweni, nebhali,* nobhontshisi, nembumba, nonyaluthi, nesipelite,* ukubeke esitsheni sibe sinye, uzenzele isinkwa ngakho ngokomumo wezinsuku oyakulala ngazo ngohlangothi lwakho, izinsuku ezingamakhulu amathathu namashumi ayisishiyagalolunye, usidle.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Zithathele ukolweni, nebhali, nobhontshisi, nodali, namabele, nesipelite, ukubeke esitsheni sinye, uzenzele isinkwa sakho njengenani lezinsuku ozolala ngohlangothi lwakho izinsuku ezingamakhulu amathathu namashumi ayisishiyagalolunye. Kumelwe adle kuzo.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 4:9
5 Referans Kwoze  

Wabuye wathi, kimi: “Ndodana yomuntu, ngiyakwaphula uzime lwesinkwa eJerusulema. Bayakudla isinkwa esikaliwe, bekhathazekile, baphuze amanzi akaliweyo, bethuthumela.


USimakade wathi: “Kanjalo abantu bakwa-Israyeli bayakusidla isinkwa sabo esingcolile phakathi kwezizwe, lapho ngiyobaxoshela khona.”


Lapho sebehlelembe umhlabathi abatshali yini imbewu eyehlukene ngemigqa ibhali nokolo endaweni yakho na?


UJakobe wayesemupha isinkwa nesilovela samalentili. U-Esawu wadla, waphuza, wahamba. U-Esawu walidela kanjalo ilungelo lobuzibulo bakhe.


Kodwa ukolo nesipelithi akonakalanga ngoba kwakungakaqhumi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite