Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 4:12 - IsiZulu 2020

12 Uyakudla iqebelengwane lebhali, ulibhake phambi kwabo ngendle ephuma kumuntu.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Uyakukudla kungathi amaqebelengwane ebhali,* uwenze phambi kwabo ngendle ephuma kumuntu.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kumelwe ukudle njengamaqebelengwane ebhali, futhi kumelwe ukubhake ngomquba ophuma kumuntu phambi kwamehlo abo.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 4:12
4 Referans Kwoze  

Kepha uRabi Shake wathi: “Ngabe inkosi yami ayingithumile yini enkosini yakho nakuwena ukusho lawa mazwi, nakulaba bantu abahlezi ogangeni ukuba badle indle yabo, baphuze umchamo wabo kanye nani na?”


U-Abhrahama waphuthuma wangena ethendeni kuSara, wathi kuye: “Sheshisa uthathe imicengezi emithathu uyigcwalise impuphu, uyixove, wenze amaqebelengwane.”


ULothi wazibelesela ezincenga zaze zaphambuka zangena endlini yakhe. Wabe esezilungisela idili, wazenzela namaqebelengwane angenamvubelo; zadla.


Uyakuphuza amanzi akalwe aba yingxenye yesithupha yehini, uyakuwaphuza ngezikhathi ezimisiweyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite