Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 4:10 - IsiZulu 2020

10 Ukudla oyakukudla ngosuku kuyakuba yisilinganiso esingamashekeli angama-20, uyakukudla ngezikhathi ezimisiweyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ukudla kwakho oyakukudla kuyakuba ngesilinganiso, amashekeli* angamashumi amabili ngosuku, ukudle izikhathi ngezikhathi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ukudla kwakho oyakukudla kuyakuba ngesisindo amashekeli angamashumi amabili ngosuku; kufanele ukudle izikhathi ngezikhathi.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 4:10
9 Referans Kwoze  

Lapho nginephuca ukudla okunisimamisile, abesifazane abalishumi bayakubhaka isinkwa eziko elilodwa. Bayakunilinganisela lapho besiletha kini, nidle ningasuthi.


Ishekeli liyakuba ngamagera angama-20; amashekeli angama-20, angama-25, nali-15 ayakuba ngumina kinina.


“Ndodana yomuntu, uma izwe lona kimi ngokwenza ukungethembeki, ngiyakwelula isandla sami ngimelane nalo, ngiqede umthombo walo wokudla, ngithumele indlala kulo, ngibulale abantu nezilwane okukulo.


Wabuye wathi, kimi: “Ndodana yomuntu, ngiyakwaphula uzime lwesinkwa eJerusulema. Bayakudla isinkwa esikaliwe, bekhathazekile, baphuze amanzi akaliweyo, bethuthumela.


Bheka, iNkosi uSimakade Wamabandla iyakususa eJerusalema nakwaJuda konke abaphila ngakho, konke ukudla namanzi:


Ngayithenga-ke insimu ese-Anathothi kuHanameli, indodana yomfowabo kababa, ngamkalela isiliva, kwaba ngamashekeli esiliva ali-17.


Uyakuphuza amanzi akalwe aba yingxenye yesithupha yehini, uyakuwaphuza ngezikhathi ezimisiweyo.


“Ndodana yomuntu, yidla isinkwa sakho uqhaqhazela, uphuze amanzi akho uthuthumela, futhi wesaba,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite