Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 3:5 - IsiZulu 2020

5 Ngokuba awuthunywa kubantu abalulimi lwabo lulukhuni, lungaqondakali, kodwa uthunywa endlini yakwa-Israyeli,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngokuba awuthunywa kubantu abankulumo yabo ilukhuni nolimi lwabo lungaqondakali, kepha endlini yakwa-Israyeli,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngokuba awuthunyelwanga kubantu abanenkulumo eyinqaba nolimi olulukhuni, kepha kuyo indlu yakwa-Israyeli;

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 3:5
10 Referans Kwoze  

“Phuthuma uye emzini omkhulukazi, iNineve, umemezele kuwo ukuthi ububi bawo sebenyuke baze bafika phambi kwami.”


Awusayukubuye uzibone izidlova, abantu abakhuluma okungaqondakali nokungezwakali, abalulimi lukwitiza kungekho ongaluqonda.


futhi akuyibo abantu abaningi abakukhuluma kwabo kungezwakali nolimi lwabo lungaqondakali, ongaqondi namazwi abawashoyo. Impela ukuba bengikuthume kubantu abanjalo, bebeyakukulalela.


Impela uyokhuluma kulaba bantu ngezindebe ezingingizayo nangolimi olungaziwayo.


Wakwenza kwaba ngubufakazi obumileyo kwaJosefa, mhlazana ephuma eGibhithe. Ngezwa ulimi engingalwazi luthi:


Kwathi lapho izixuku zibone lokho akwenzile uPawula, zaphakamisa izwi lazo zathi ngesiLikhawoniya: “Onkulunkulu befana nabantu, behlele kithi.”


Wayesethi kimi: “Ndodana yomuntu, hamba uye endlini yakwa-Israyeli, ukhulume amazwi ami kuyo.


UMoya wangiphakamisa, wangingenisa egcekeni elingaphakathi; bheka, inkazimulo kaSimakade yayigcwalisa indlu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite