1 Izwi likaSimakade lafika kimi, lathi:
1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:
1 Futhi izwi likaJehova lafika kimi, lathi:
Uyakuba ngukudla komlilo, igazi lakho lichithekele emhlabathini; awusayukuphinde ukhunjulwe, ngokuba Mina Simakade ngikhulumile.” ’ ”
“Wena ndodana yomuntu uyakwehlulela, uyakuwehlulela yini umuzi ochitha igazi na? Nguwe oyakuwazisa zonke izinengiso zawo,
Incithakalo itholakala kuwo, ingcindezelo nenkohliso akusuki esigcawini sawo.
Ukulunga kuyasiphakamisa isizwe, kodwa ukona kuyihlazo kubantu.
Yeka umuzi obuthembekile usuphenduke isifebe, lona obugcwele ubulungiswa! Ubuqotho babuhlala kuwo; kodwa manje ngababulali.
Ukhalelani ngenxeba lakho nangobuhlungu bakho obungenakwelashwa na? Lokhu ngikwenze ngenxa yobukhulu bokona kwakho, nobuningi bezono zakho.
Izwi likaSimakade lafika kimi, lathi: