Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 2:9 - IsiZulu 2020

9 Ngabona, bheka, naso isandla eselulelwe ngakimi, kuso kunomqulu wencwadi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngase ngibheka, naso isandla saselulelwe kimi, naphakathi kwaso, bheka, ngumqulu wencwadi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngathi ngibona, khangela-ke, isandla sathunyelwa kimi; bheka, kwakukhona umqulu kuwo;

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 2:9
13 Referans Kwoze  

Wayeselula okufana nesandla, wangibamba ngezinwele zekhanda lami. UMoya wangiphakamisela emkhathini, phakathi komhlaba nezulu; wangiyisa ngemibono kaNkulunkulu eJerusalema, esivalweni sesango legceke eliphakathi, elibheke enyakatho; yilapho kwakukhona isithombe somhawu, esibanga umhawu.


Ngathintwa yisandla, sanginyakazisa ukuba ngigaqe ngamadolo ami nangezintende zezandla zami.


Wayesethi kimi: “Ndodana yomuntu, yidla lokhu okutholayo, wudle lo mqulu, uhambe uyokhuluma nendlu yakwa-Israyeli.”


Ngase ngithi: ‘Manje ngiyeza. Kulotshiwe ngami emqulwini wencwadi, ukuba ngiyenze, Nkulunkulu, intando yakho.’ ”


Ngaso leso sikhathi kwavela iminwe yesandla somuntu, yaloba maqondana nothi lwezibani, emgudulweni wodonga lwesigodlo senkosi; inkosi yabona ingxenye yesandla esasiloba.


“Zithathele umqulu wencwadi, ulobe kuwo wonke amazwi engiwakhulume kuwe ngo-Israyeli, nangoJuda, nangazo zonke izizwe, kusukela ngosuku engakhuluma ngalo kuwe ngezinsuku zokubusa kukaJosiya kuze kube namuhla.


USimakade wayeselula isandla sakhe, wathinta umlomo wami; uSimakade wathi kimi: “Ngibekile amazwi ami emlonyeni wakho.


UJeremiya wayesebiza uBharukhi indodana kaNeriya. UBharukhi waloba emqulwini wencwadi wonke amazwi kaSimakade ayewakhulume kuye, ewatshelwa nguJeremiya.


Ngabuye ngabheka, ngabona umqulu wencwadi ondizayo.


Yayisithi kimi: “Lesi yisiqalekiso esizokwehlela phezu komhlaba wonke, ngokuba ngokusho kwaso kulolu hlangothi bonke abantshotshayo bayakudingiswa, bese kuthi ngakolunye uhlangothi lwaso luthi bonke abafunga amanga bayakudingiswa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite