UHezekeli 11:1 - IsiZulu 20201 UMoya wangiphakamisa, wangiyisa esangweni lendlu kaSimakade elisempumalanga, elibheke ngasempumalanga. Ngasekungeneni kwesango kwakunamadoda angama-25. Ngabona phakathi kwawo noJahazaniya indodana ka-Azuri, noPhelathiya indodana kaBhenaya, abaholi babantu. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 UMoya wangiphakamisa, wangiyisa esangweni lendlu kaJehova lasempumalanga, elibhekene nempumalanga; bheka, ngasesivalweni sesango kwakukhona amadoda angamashumi amabili nanhlanu; ngabona phakathi kwawo uJahazaniya indodana ka-Azuri noPhelathiya indodana kaBenaya, izikhulu zabantu. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20241 UMoya wangiphakamisa, wangiyisa esangweni lendlu kaJehova elisempumalanga, elibheke ngasempumalanga; phakathi kwabo ngabona uJahashaniya indodana ka-Ashuri noPhelathiya indodana kaBenaya, abaholi babantu. Gade chapit la |