Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 10:16 - IsiZulu 2020

16 Kwakuthi lapho amakherubhi ehamba, namasondo asemaceleni ahambe, kuthi uma amakherubhi evula amaphiko awo ukuba andize, asuke emhlabathini, amasondo angagudluki eceleni kwawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ekuhambeni kwamakherubi amasondo ahamba eceleni kwawo, nalapho amakherubi ephakamisa amaphiko awo ukwenyuka emhlabathini, amasondo awaphendukanga eceleni kwawo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Lapho amakherubi ehamba, amasondo ahamba eceleni kwawo; nalapho amakherubi ephakamisa amaphiko awo ukuba enyuke emhlabeni, amasondo wona awasukanga eceleni kwawo.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 10:16
4 Referans Kwoze  

Ngezwa nomsindo wokuthintana kwamaphiko ezidalwa, nowamasondo ayeseceleni kwazo, umsindo wokuduma okukhulu.


Amakherubhi ayesephakama, kwakuyilezo zidalwa eziphilayo engazibona ngasemfuleni iKhebhari.


Kwakuthi uma amakherubhi ema, namasondo ame nse, kuthi uma ephakama, nawo aphakame, ngokuba umoya wezidalwa eziphilayo wawukuwo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite