Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 10:11 - IsiZulu 2020

11 Kwakuthi uma ehamba, eya ezinhlangothini zozine, angaphenduki, kodwa lapho ikhanda libheke khona ayelilandela; engaphenduki ngesikhathi ehamba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ekuhambeni kwawo aya ezinhlangothini zozine, awaphendukanga ekuhambeni kwawo, kepha lapho ikhanda lalibhekisa khona alilandela; awaphendukanga ekuhambeni kwawo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ekuhambeni kwawo ahamba ezinhlangothini zawo zozine; awaphendukanga ekuhambeni kwawo, kepha lapho induna yayibheka khona, ayilandela; aziphendukanga ekuhambeni kwazo.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 10:11
6 Referans Kwoze  

Ayehamba kuyilelo ohlangothini lwalo, awazange aphenduke, kuzona zozine izinhlangothi ayekuzo.


Ubuso bawo babufana nobuso engangibubone ngasemfuleni iKhebhari, ukubukeka kwabo, nawo uqobo. Yilelo nalelo lahamba laqonda ngqo lapho kubheke khona ubuso balo.


Noma kuphi lapho umoya wawuya khona, ayeya ngakhona namasondo, aphakame eceleni kwazo, umoya wezidalwa eziphilayo wawusemasondweni.


Phansi kwamaphiko azo, ezinhlangothini zozine, zazinezandla zomuntu. Zozine, ubuso bazo namaphiko azo kwakunje:


Amakherubhi ayebukeka efana nse, wonke enesondo phakathi kwelinye isondo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite