Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 1:9 - IsiZulu 2020

9 amaphiko azo ayethintene, yileso naleso sasingaphenduki lapho sihamba, yileso naleso sasihamba siqonde lapho kubheke khona ubuso baso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 amaphiko azo ayehlangene, elinye nelinye; aziphendukanga ekuhambeni kwazo, yileso naleso sahamba ngokuqonda kobuso baso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Amaphiko azo ayehlangene; aziphendukanga ekuhambeni kwazo; baqonda phambili, kwaba yilowo nalowo.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 1:9
9 Referans Kwoze  

Ubuso bawo babufana nobuso engangibubone ngasemfuleni iKhebhari, ukubukeka kwabo, nawo uqobo. Yilelo nalelo lahamba laqonda ngqo lapho kubheke khona ubuso balo.


Bazalwane, ngiyanincenga, ngegama leNkosi yethu uJesu Khristu, ukuba nikhulume ngazwi linye, kungabi bikho ukwahlukana phakathi kwenu, kodwa nipheleliswe ekubumbaneni; nibe mqondo munye, nambono munye.


Kepha uJesu wathi kuye: “Akekho othi esebeke isandla sakhe egejeni, aphinde abheke emuva, owufanele umbuso kaNkulunkulu.”


Kwathi sekusondele izinsuku zokuba enyuselwe ezulwini, wanquma ukuya eJerusalema.


Kwakuthi uma ehamba, eya ezinhlangothini zozine, angaphenduki, kodwa lapho ikhanda libheke khona ayelilandela; engaphenduki ngesikhathi ehamba.


Ayehamba kuyilelo ohlangothini lwalo, awazange aphenduke, kuzona zozine izinhlangothi ayekuzo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite