Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 1:12 - IsiZulu 2020

12 Yileso naleso sasihamba siqonde phambili. Kwakuthi lapho kuya khona uMoya, nazo ziye ngakhona; zazingaphenduki uma zihamba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Zahamba zonke ngokuqonda kobuso bazo, zaya khona, lapho umoya wayethanda ukuya khona, aziphendukanga ekuhambeni kwazo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Bonke baqonda phambili; lapho umoya wawuthanda ukuya khona, zaya khona; futhi awaphendukanga ekuhambeni kwawo.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 1:12
5 Referans Kwoze  

amaphiko azo ayethintene, yileso naleso sasingaphenduki lapho sihamba, yileso naleso sasihamba siqonde lapho kubheke khona ubuso baso.


Izingelosi zonke aziyibo yini omoya bokukhonza abathunyelwe ukukhonza ngenxa yalabo abayakudla ifa lensindiso na?


Ubuso bawo babufana nobuso engangibubone ngasemfuleni iKhebhari, ukubukeka kwabo, nawo uqobo. Yilelo nalelo lahamba laqonda ngqo lapho kubheke khona ubuso balo.


Ayehamba kuyilelo ohlangothini lwalo, awazange aphenduke, kuzona zozine izinhlangothi ayekuzo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite