Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 9:13 - IsiZulu 2020

13 Uthingo lwenkosazana ngilubeke emafini, ukuze lube wuphawu lwesivumelwano phakathi kwami nomhlaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 ngizakumisa uthingo lwami emafwini, lube luphawu lwesivumelwano phakathi kwami nomhlaba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ngibeka uthingo lwami efwini, lube luphawu lwesivumelwano phakathi kwami nomhlaba.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 9:13
5 Referans Kwoze  

Njengothingo lwenkosazana emva kwemvula, kwakubonakala kunjalo ukumenyezela kwakho nxazonke. Kwakufana nenkazimulo kaSimakade. Kwathi lapho ngiyibona ngakhothama ngathi mbo ngobuso, ngezwa izwi lokhulumayo.


Ngase ngibona enye ingelosi enamandla yehla ivela ezulwini, yembethe ifu, nothingo lwenkosazana luphezu kwekhanda layo, ubuso bayo babunjengelanga, izinyawo zayo zinjengezinsika zomlilo,


ohleziyo wayefana netshe lejasphi nesardiyu ngendlela ayebukeka ngayo, nothingo lwenkosazana luzungeze isihlalo sobukhosi, lufana nesimaragidu ukubukeka kwalo.


UNkulunkulu wayesethi: “Lokhu kuluphawu lwesivumelwano engisenza phakathi kwami nani nazo zonke izilwane eziphilayo ezinani, nazo zonke izizukulwane ezisazozalwa:


Kuyothi lapho ngiwusibekela umhlaba ngamafu, kuvele uthingo lwenkosazana emafini,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite