Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 8:4 - IsiZulu 2020

4 Ngosuku lwe-17 ngenyanga yesikhombisa, umkhumbi wathi cababa ezintabeni e-Ararathi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngenyanga yesikhombisa ngosuku lweshumi nesikhombisa enyangeni umkhumbi wema ezintabeni zase-Ararati.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Umkhumbi wema ezintabeni zase-Ararati ngenyanga yesikhombisa ngosuku lweshumi nesikhombisa lwenyanga.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 8:4
6 Referans Kwoze  

“Phakamisani ibhanela ezweni, nishaye icilongo ezizweni, nivivise izizwe ukuba zilwe nalo, nibize imibuso yase-Ararathi, yaseMini nase-Ashikhenaze, ilihlasele. Nibeke induna yamabutho amelane nalo, nithumele khona amahhashi anjengequlu lesikhonyane.


Kwathi esakhuleka endlini kaNishirokhi, unkulunkulu wakhe, amadodana akhe, o-Adiramelekhi noSarezeri, bambulala ngenkemba, base bebalekela e-Ararathi. U-Esarihadoni, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Kwathi ekhuleka endlini kaNisiroki, unkulunkulu wakhe, u-Adirameleki noSarezeri, amadodana akhe, ambulala ngenkemba, abalekela e-Ararathi. U-Esari Hadoni, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Anda kakhulu aze azisibekela ngamakhubhithi ayishumi nanhlanu iziqongo zezintaba.


Amanzi aya ngokuya ehla. Kwathi lulunye ngenyanga yeshumi, kwaqala kwabonakala iziqongo zezintaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite