Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 8:17 - IsiZulu 2020

17 Khipha konke okuphilayo okunawe, izinyoni, zonke izilwane, nezilwane ezihuquzelayo, ukuze zizalane zande emhlabeni.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Phuma kanye nezilwane zonke eziphilayo zenyama yonke, izinyoni, nezinkomo, nezilwanyana zonke ezinwabuzelayo emhlabeni, zichume emhlabeni, zizale, zande emhlabeni.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Zikhiphe kanye nawe zonke izilwane ezinawe, kuyo yonke inyama, ezinyonini, nasezinkomeni, nakuzo zonke izilwane ezinwabuzelayo emhlabeni; ukuze zande emhlabeni, zande, zande emhlabeni.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 8:17
10 Referans Kwoze  

Wazibusisa zonke izidalwa wathi: “Zalanani nande nigcwalise ulwandle.” Nasezinyonini wathi: “Yandani emhlabeni.”


Wababusisa, banda kakhulu, akaze ayinciphisa imfuyo yabo.


UNkulunkulu wambusisa uNowa namadodana akhe, wathi kubo: “Zalanani nande, nigcwalise umhlaba.


wababusisa, wathi: “Zalanani nande, nigcwalise umhlaba; niwubuse. Nibuse phezu kwezinhlanzi zolwandle, naphezu kwezinyoni zezulu, nazo zonke izilwane ezinwabuzela emhlabeni.”


Kepha nina zalanani nande, nigcwalise umhlaba, nande kuwo.”


“Phuma emkhunjini, wena nomkakho namadodana akho nomkawo.


Wayesephuma-ke uNowa nomkakhe, namadodana akhe nomkawo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite