Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 8:16 - IsiZulu 2020

16 “Phuma emkhunjini, wena nomkakho namadodana akho nomkawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “Phuma emkhunjini, wena nomkakho, namadodana akho, nabafazi bamadodana akho bekanye nawe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Phuma emkhunjini, wena nomkakho namadodana akho nabafazi bamadodana akho kanye nawe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 8:16
14 Referans Kwoze  

Ngalolo lusuku uNowa nowakwakhe namadodana akhe, uShemu, uHamu, noJafethi, nomkabo bobathathu bangena emkhunjini.


USimakade uyolondoloza ukuphuma kwakho nokungena kwakho, kusukela manje kuze kube phakade.


Kodwa wena-ke, ngenxa yegazi lesivumelwano sami nawe, ngiyakubakhulula abakini ababoshiweyo emgodini ongenamanzi.


Ngokuba uyakuyaleza izingelosi zakhe ngawe, zikulondoloze ezindleleni zakho zonke.


Abaphristi ababethwele umphongolo bama phakathi eJordani, kwaze kwaphela konke lokho uSimakade ayeyale uJoshuwa ukuba akusho kubantu, njengakho konke uMose ayemyale ngakho uJoshuwa. Abantu bawela ngokushesha.


Abaphristi ababethwele umphongolo wesivumelwano sikaSimakade bama bangathi nyaka emhlabathini owomile phakathi kweJordani, saze sawela sonke isizwe sakwa-Israyeli, sihamba emhlabathini owomileyo.


UNowa nowakwakhe namadodana akhe nomkawo bangena emkhunjini ukuze baphephe ezikhukhuleni zikazamcolo.


USimakade wathi kuNowa: “Ngena emkhunjini, wena nabo bonke abendlu yakho, ngokuba ngibonile ukuthi nguwena kuphela olungile phambi kwami kulesi sizukulwane.


UNkulunkulu wakhuluma noNowa, wathi:


Khipha konke okuphilayo okunawe, izinyoni, zonke izilwane, nezilwane ezihuquzelayo, ukuze zizalane zande emhlabeni.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite