Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 8:10 - IsiZulu 2020

10 Walinda izinsuku eziyisikhombisa, wabuye walikhipha ijuba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Wabuye wahlala izinsuku eziyisikhombisa; waphinda walithuma ujuba emkhunjini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wabuye wahlala izinsuku eziyisikhombisa; wabuye walikhipha ijuba emkhunjini;

Gade chapit la Kopi




UGenesise 8:10
9 Referans Kwoze  

Ngokuba emva kwezinsuku eziyisikhombisa ngizodedela imvula, ine emhlabeni izinsuku ezingama-40 nobusuku obungama-40, ngibhubhise konke okuphilayo engikudalileyo emhlabeni.”


Kepha uma sithemba lokho esingakuboniyo, siyakulindela ngokubekezela.


Simakade siyakulindela endleleni yezehlulelo zakho. Umphefumulo wami ulangazelela igama lakho, nezikhumbuzo zakho.


Ngiyokumlindela uSimakade ositheze ubuso bakhe kuyo indlu kaJakobe, ngimlindele ngokwethemba.


Ngamlinda ngesineke uSimakade, wayesephendukela ngakimi, wakuzwa ukunxusa kwami.


Walinda izinsuku eziyisikhombisa, wabuye walithumela ijuba, kodwa aliphindanga labuyela kuye.


Uzamcolo waqala emhlabeni emva kwezinsuku eziyisikhombisa.


Kepha ijuba kalitholanga ndawo elalingahlala kuyo. Landiza labuyela emkhunjini, uNowa welula isandla walingenisa ngaphakathi.


Labuyela kuye sekuhlwile liphethe ngomlomo iqabunga lomnqumo eliluhlaza. Kwamcacela uNowa ukuthi amanzi asebohlile emhlabeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite