Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 6:22 - IsiZulu 2020

22 UNowa wakwenza konke lokho uNkulunkulu ayemyale ukuba akwenze.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UNowa wenze njalo; njengalokho uNkulunkulu emyalile wakwenza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Wenza ke uNowa; njengakho konke uNkulunkulu amyale ngakho, wenze njalo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 6:22
19 Referans Kwoze  

Nina ningabangani bami, inqobo nje uma nenza lokhu enginiyala ngakho.


UMose wenza konke njengalokhu uSimakade ayemyalile.


Unina wayesethi ezincekwini: “Yenzani noma yini azakunitshela yona.”


UNowa wakwenza konke lokho njengalokhu uSimakade ayemyalile.


“Konke enginiyala ngakho, qaphelani ukuba nikwenze; aniyukuthasisela kukho, futhi aniyukunciphisa lutho kukho.”


njengalokhu uNkulunkulu ayemyalile uNowa, kwangena iduna nensikazi, kukho konke okuphilayo. Esengenile uNowa, uSimakade wavala umnyango.


wahlela kahle isinkwa phezu kwalo phambi kukaSimakade, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.


zangena emkhunjini ngazimbili, iduna nensikazi kanye noNowa njengokuba uNkulunkulu ayeshilo kuye.


wayeseshisa kulo impepho enuka kamnandi, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.


Wayesebeka izibani phambi kukaSimakade, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.


Ngalolo lusuku u-Abhrahama wabiza u-Ishmayeli nazo zonke izinceku ezazizalelwe kwakhe, nazo zonke izigqila ayezithengile, wabasoka, njengalokhu uNkulunkulu ayemyalile.


Lapho bengena ethendeni lokuhlangana nalapho besondela e-althare, babegeza, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.


Wawungenisa umphongolo ethabanakelini, wamisa isihenqo sokuhenqela umphongolo wesivumelwano, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.


Walendlala ithende phezu kwethabanakeli, weleka ngokokulimboza phezu kwalo, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.


UMose no-Aroni benza njengalokhu uSimakade ayebayalile.


UJosefa wavuka, wathatha umntwana nonina, waya kwa-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite