Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 50:3 - IsiZulu 2020

3 Kwaphela izinsuku ezingama-40, okuyizinsuku zokugqumisa. AbaseGibhithe bamlilela izinsuku ezingama-70.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Zaphelela izinsuku zakhe ezingamashumi amane, ngokuba ziphelela kanjalo izinsuku zokugqumisa ngemithi; abaseGibithe bamkhalela izinsuku ezingamashumi ayisikhombisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Zaphelela kuye izinsuku ezingamashumi amane; ngokuba zaphelela kanjalo izinsuku zokugqumisa; abaseGibithe bamlilela izinsuku ezingamashumi ayisikhombisa.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 50:3
5 Referans Kwoze  

Abantu bakwa-Israyeli bamlilela uMose besemathafeni kwaMowabi. Bamkhalela izinsuku ezingama-30, sase siphela isikhathi sokulilela uMose.


Inhlangano yonke yabona ukuthi u-Aroni ufile, yamlilela izinsuku ezingama-30, yonke indlu yakwa-Israyeli.


akhumule izingubo zakhe zokuthunjwa; uyohlala endlini yakho, alilele uyise nonina inyanga yonke, andukuba uye kuye ulale naye, ube yindoda yakhe, yena abe ngumkakho.


Kwathi lapho befika eGoreni Hathadi elingaphesheya komfula iJordani, kwasuka esinamathambo, bakhihla isililo, kwaba muncu. UJosefa wamlilela uyise izinsuku eziyisikhombisa.


Sezedlule izinsuku zokumlilela uJakobe, uJosefa wakhuluma kwabendlu kaFaro, wathi: “Uma ngifumene umusa emehlweni enu, nginxuseleni kuFaro, nithi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite