Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 50:1 - IsiZulu 2020

1 UJosefa waziphonsa phezu kukayise, wakhala, wamanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJosefa wawa ebusweni bukayise, wakhala phezu kwakhe, wamanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UJosefa wawa ebusweni bukayise, wakhala phezu kwakhe, wamanga.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 50:1
11 Referans Kwoze  

Ngizohamba nawe ukuya eGibhithe, futhi ngiyakukukhuphula lapho; yisandla sikaJosefa esiyokucimezisa.”


Kepha asithandi, bazalwane, ukuba ningabi nakwazi ngabalalayo, ukuze ningadabuki njengabanye abangenalo ithemba.


Nani boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu, kodwa nibondle ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi.


Amadoda akholwayo amngcwaba uStefani, amkhalela isililo esikhulu.


U-Elisha wagula ngesifo esagcina simthathile. UJowashi, inkosi yakwa-Israyeli, wehla waya kuye, wakhala kakhulu, wathi: “Baba, Baba, inqola ka-Israyeli nabamahhashi bakhe!”


Wafela emzini waseKhiriyathi Arbha, okusho ukuthi eHebhroni eKhanani. U-Abhrahama wangena, walila ngoSara.


Lapho uJakobe eseqedile ukukhuluma namadodana akhe, wagoqa izinyawo wazikhweza embhedeni, waphuma umphefumulo, wangcwatshwa nabakubo.


Wayeseyala izinceku zakhe eziyizinyanga ukuba zigqumise isidumbu sikayise ngemithi. Izinyanga zamgqumisa-ke u-Israyeli ngemithi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite