Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 49:7 - IsiZulu 2020

7 Maluqalekiswe ulaka lwabo ngokuba luyavutha, nentukuthelo yabo ngokuba iwunya. Ngizobehlukanisela kwaJakobe, ngibahlakazele kwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Makuqalekiswe ulaka lwabo, ngokuba lwalunamandla, nentukuthelo yabo, ngokuba yayinonya; ngizakubahlukanisa kwaJakobe, ngibasakaze kwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Intukuthelo yabo mayiqalekiswe, ngokuba ilukhuni; nolaka lwabo, ngokuba lunonya; ngiyakubahlukanisa kwaJakobe, ngibahlakaze kwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 49:7
11 Referans Kwoze  

Itshe liyasinda nesihlabathi sinzima, kodwa ukuchukuluza kwesiwula kusinda ukwedlula kokubili.


Leyo mizi ebizwe ngamagama banikwa yona ngonkatho esizwaneni sakwaJuda, nakwesakwaSimeyoni, nakwesakwaBhenjamini.


U-Amnoni esekwenzile lokho wamzonda uThamari ngenzondo eyedlula uthando ayenalo ngaye phambilini. U-Amnoni wayesethi kuThamari: “Vuka uhambe.”


Imizi eniyobanika yona niyoyithatha kuso isabelo sabantu bakwa-Israyeli, kwesikhulu niyothatha eminingi, kwesincane nithathe eyingcosana. Yilowo nalowo uyonika abaLevi ngokuthi athathe emizini eyisabelo sefa lakhe alidlayo.”


Umuntu onolaka udala ingxabano, nalowo onesififane ubanga ukuphambuka okukhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite