Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 49:23 - IsiZulu 2020

23 Abacibayo bamhlasela kanzima, bembambele amagqubu, futhi bangamaciko okuciba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Abacibishelayo bayamkhathaza, bayamdubula, bayamzingela;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Abacibishelayo bamdabukisa kakhulu, bamdubula, bamzonda.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 49:23
12 Referans Kwoze  

Bamthatha, bamphonsa emgodini owawomile, ungenamanzi.


abalola ulimi lwabo njengenkemba, bacibe imicibisholo yabo engamazwi ababayo,


Kwathi lapho kwedlula abahwebi bakwaMidiyani, bamkhipha uJosefa emgodini, bamthengisa kwabakwa-Ishmayeli ngezinhlamvu zesiliva ezingama-20, ababe sebemthatha bahamba, baya naye eGibhithe.


beqinisa imiphefumulo yabafundi, bebagqugquzela ukuba beme ekukholweni, bethi: “Simelwe ukungena embusweni kaNkulunkulu ngezinhlupheko eziningi.”


“Lokho ngikukhulume kini ukuba nibe nokuthula ngami. Emhlabeni niyakuba lusizi, kodwa yimani isibindi, Mina ngiwunqobile umhlaba.”


Ungihlohlolozile ukuze ngiwe, kodwa uSimakade uyangisiza.


Base behlanganisa amakhanda, bavumelana bathi: “Impela sinecala ngomfowethu, salubona usizi enhliziyweni yakhe, esincenga ukuba simhawukele, kodwa asimlalelanga, yingakho sivelelwa yinkathazo enje.”


Bambona esekude engakasondeli eduze kwabo, base bemakhela ugobe lokumbulala.


Abafowabo bakubona ukuthi uyise umthanda kunabo bonke abafowabo, ngakho-ke bamzonda, futhi ababe besakwazi ukukhuluma kahle naye.


“UJosefa ungumuthi othelayo, ongasesiphethwini, omagatsha awo akhwela odongeni.


Nokho wawubamba umcibisholo wakhe, zaqiniswa izingalo zakhe ngonaMandla kaJakobe, okuvela kuye uMelusi oyidwala lika-Israyeli,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite