Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 47:28 - IsiZulu 2020

28 UJakobe wahlala eGibhithe iminyaka eyi-17. Izinsuku zikaJakobe neminyaka yokuphila kwakhe emhlabeni kwaba yi-147.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 UJakobe wahlala ezweni laseGibithe iminyaka eyishumi nesikhombisa; izinsuku zikaJakobe, iminyaka yokuhamba kwakhe, zaziyiminyaka eyikhulu namashumi amane nesikhombisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 UJakobe wahlala iminyaka eyishumi nesikhombisa ezweni laseGibithe; Iyonke iminyaka kaJakobe yaba yiminyaka eyikhulu namashumi amane nesikhombisa.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 47:28
7 Referans Kwoze  

Izinsuku esiziphilayo ziyiminyaka engamashumi ayisikhombisa, kuthi uma ziziningi, zibe yiminyaka engamashumi ayisishiyagalombili.


Zingaki izinsuku zenceku yakho na? Uyakubehlulela nini abangizingelayo na?


Nkosi, sifundise ukubala kahle izinsuku zethu, ukuze sizuze inhliziyo enokuhlakanipha.


Lena yindaba kaJakobe nezizukulwane zakhe. Kwathi uJosefa eseneminyaka eyi-17, elusa umhlambi nabafowabo ababezalwa nguBhiliha noZilipha, abafazi bakayise, uJosefa wabika umbiko omubi ngabafowabo kuyise.


abozalo lukaPhashuri babeyi-1 247;


Isiyonke iminyaka eyaphilwa ngu-Abhrahama yayiyi-175.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite