Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 47:16 - IsiZulu 2020

16 Wayesethi uJosefa: “Uma ningasenayo imali, lethani imfuyo yenu, mina ngizoninika ukudla.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wayesethi uJosefa: “Lethani izinkomo zenu; ngizakuninika ngezinkomo zenu, uma imali ingekho.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wayesethi uJosefa: “Lethani izinkomo zenu; ngiyakukunika imfuyo yakho, uma imali iyeka.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 47:16
7 Referans Kwoze  

Hambani ngokuhlakanipha kubo abangaphandle, nithengisise isikhathi.


Elokugcina, bazalwane, konke okuyiqiniso, konke okuhloniphekayo, konke okulungileyo, konke okumhlophe, konke okuthandekayo, konke okutusekayo, uma kukhona okuhle, noma okubongekayo, zindlani ngakho.


Ningabi yisikhubekiso kubaJuda, kumaGriki, noma kulo ibandla likaNkulunkulu,


Okhuluma ukwethembeka umemezela ukulunga, kepha ufakazi wamanga ukhuluma inkohliso.


Lapho isiphelile imali eGibhithe naseKhanani, bonke abaseGibhithe beza kuJosefa, bathi: “Sinike ukudla. Yini ukuba sife ubhekile na? Isiphelile imali yethu.”


Baletha kuJosefa imfuyo yabo, imihlambi yezinkomo, izimbongolo, izimvu, izimbuzi, namahhashi, yena wabanika ukudla. Wabondla kanjalo-ke uJosefa ngalowo nyaka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite